Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili

Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili kuchaza isimo lapho uthola ukudumala noma ukuphoxeka, isibonelo: ungabomvakashela umuntu wakho ungabikanga ngoba uyohlangana nezimbila zithutha, lokhu kuchaza ukuthi ungamvakasheli umuntu wakho ungabikanga ngoba uzophoxeka or uzothola ongakulindele okuzokudumaza. Izimbila ezithuthayo ziholwa ngemhlophe lokhu kuchaza ibhadi.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo